Badutshulwe besesontweni abasolwa abayisikhombisa eNgcobo

2018-02-24 11:30

eNgcobo – Isonto lapho okudutshulelwe khona abasolwa abayisikhombisa eNgcobo aliqali ukuba sematheni ngezinto ezingahambisana nenkolo.

Eminyakemi emibili eyedlule, amaphoyisa agasela kuleli sonto akhulula ingane ezazigcinwe khona zinqatshelwa ukuya esikoleni.

NgoFebhruwari 2016 amaphoyisa kanye nosonhlalakahle baphoqeleka ukuba bangene ngenkani eMancoba Seven Angel kulesonto elisendaweni yaseNyanga.

Kwahlengwa izingane ezingu-18 ezazingavumelekile ukuba ziye esikoleni.

Kubikwa futhi ukuthi amalungu amadala aleli bandla ayenqatshelwa ukusebenza kanye nokuxhumana nabantu abangawona amalungu aleli sonto.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa abasolwa abayisikhombisa eNgcobo

Leli sonto elilawulw ayizelamani eziyisikhombisa uXolisa, Thandazile, Banele, Philile, Phuthumile, Benjamin kanye no-Ephraim Mancoba, kulandela ukushona kukababa wabo ngo-2015.

Ngemuva kwesigameko sokutholakala kwezingane kuleli sonto, ngoMashi 2016 amalungu omphakathi aseNgcobo ebambisene ne-A Council of Churches kanye namalungu e-ANC bamashela kuleli sonto elaziwa nge-Angel's Ministry Church befuna livalwe.

UZamindawo Gqira, oyilungu loMkhandlu wamaBandla uthi leli sonto abalithathi njengelisemthethweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.