Bafuna abalwe kabusha amavoti eMelika

2016-11-25 11:30

New York – Abanye babameli bezokhetho kanye nongoti bezibalo sebecele abangasohlangothini lukaHillary Clinton ukuba bafune kubalwe kabusha amavoti kwezinye izifunda - iWisconsin, Michigan nasePennsylvania – ukuqinisekisa ukuthi akwenziwanga ukukhwabanisa emishinini yokubala ngenhloso yokuba kuwine uDonald Trump.

Abukho ubufakazi bokuthi kwaba nokukhwabanisa.

Abohlangothi lukaClinton ngoLwesithathu abazange baphawule ngalokhu nakuba lusondela usuku lokuvalwa ukufakwa kwesicelo sokuba kubalwe kabusha amavoti.

OLUNYE UDABA: Kushone abafundi ibhasi lishayisa isihlahla

UTrump wanqoba iWisconsin nePennsylvania ngamavoti amancane kanjalo naseMichigan. Zontathu lezi zifunda bekungezamaDemocrats.

Inhlangano yabameli, eholwa uJohn Bonifaz no-J Alex Halderman, onguMqondisi wase-University of Michigan Center for Computer Security and Society, ixhumane nabohlangothi lukaClinton ngeledlule ngalo mbono.

Kodwa uHalderman uvumile ukuthi abukho ubufakazi bokuthi kukhona okungahambanga kahle, wathi bafuna nje ukuba nesiqiniseko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.