Bafuna kubuyekezwe isigwebo sika-Oscar Pistorius

2016-07-21 20:30

Johannesburg - Abashushisi abamele izwe bathi isigwebo esinikezwe u-Oscar Pistorius sincane kakhulu, kubika iSowetan.

Sekungokwesibili abashushisi befuna kubuyekezwe isinqumo sejaji uThokozile Masipa ngaleli cala.

“I-NPA isicubungule kahle isigwebo esinikezwe uPistorius futhi seyinikezela ngomqulu wokusiphikisa ngokuhambisana nothetho wesigaba 316(1) we-Criminal Procedure Act 51 of 1977,” kusho i-NPA ngesitatimende.

OLUNYE UDABA:Unikezwe isigwebo esilengisiwe uMessi - Umbiko

“Sisibone sisincane kakhulu isigwebo asitholile seminyaka eyisithupha ngecala lokubulala kanti lokhu kubokalisa ukungabi bikho kobulungiswa nokuyinto engaphazamisa inqubo yezobulungiswa.”

Umndeni kaReeva Steekamp okunguyena owabulawa uPistorius awubanga nesandla kulesi sicelo esenziwe iNPA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.