Bafuna ukugezwa okungcwatshelwe phezu kowakubo

2016-07-26 20:30

Durban - Sekuzophela unyaka imindeni emibili ibangwa ukungcwatshwa komuntu phezu kwethuna elineminyaka.

AbakwaMdlalose basola abakwaMajola ngokungcwaba ilunga lo mndeni wabo phezu kwethuna likagogo wakhona.

Ngokwemibiko ye-Eyethu News, abakwaMdlalose bafuna abakwaMajola bashweleze ngembuzi.

Kwaqubuka ingxabano phakathi kwale mindeni udaba lwaze lwafika enkantolo umndeni wakwaMajola ungafuni ukumba ithuna elangcwatshwa endaweni engafanele

OLUNYE UDABA:Umndeni wesihlabani sikamaskandi ufuna kumbiwe ithuna

UThandi Mdlalose,(71, uthi usebekhathele ukulinda into engayi ndawo ngoba bavumelana nabakwaMajola phambi kwephoyisa ukuthi kumele bezoshweleza ngembuzi ngoba bahluleka ukugubha ithuna abamngcwabe phezu kwalo.

“Usuyaphela unyaka sihlaselwa amaphupho amabi.  Akucaci ukuthi kwenzakalani, akekho obuyela kuthina njengesivumelwano” kusho okaMdlalose.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.