Bagcinwe esitokisini abesifazane abasolwa ngokubulala izingane eThekwini

2018-02-15 06:59

Durban – Isicelo sebheyili esifakwe ngabesifazane ababili, abasolwa ngokubulala abafana ababili abaneminyaka eyishumi ubudala eClairwood, eningizimu yeTheku, sihlehliselwe uMashi 13.

U-Amahle Maliwa, 28, noLiziwe Ngwayishe, 33, bavele eNkantolo kaMantshi eThekwini ngoLwesithathu, ngezinsolo zokubulala uNjabulo Mankayi nomngani wakhe uLuyanda Msomi.

Isidumbu sikaMankayi satholakala ngoNovemba 13 eGrunter Gully Canal eBayhead, eningizimu yeTheku kanti sikaMsomi sona satholakala ehlathini eliseMontclair, ngoNovemba 11.

Bobabili babefunda uGrade 3 eClairwood Boys Primary School kanti babegcine ukubonakala bephila ngomhlaka 9 Novemba, begibela ibhasi elisuka ngasemakhaya.

OLUNYE UDABA: Usenkantolo umama osolwa ngokushaya kabi ingane yakhe

UMaliwa noNgwayishe bathweswe icala lokubulala, ukuthumba nokushaya ngenhloso yokulimaza.

Ahoxisiwe amacala omunye umsolwa ongowokufika, obekuthiwa wasiza laba ngokudlisa izisulu ushevu.

Nakuba kunjalo, inkantolo ithe uzothweswa icala ngokuba kuleli ‘ngokungethetho’.

Abasolwa bagcine ejele laseWestville.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.