Bagcwele amathafa abebeshushumbisela impahla eZim ngezimbongolo

2016-12-29 14:31

Johannesburg – Kusetshenziswe ikalishi lezimbongolo ukushushumbisela impahla eZimbabwe, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

Lezi zimpahla beziweliswa emfuleni.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Motlafela Mojapelo uthe leli kalishi lezimbongolo belilayishe igilosa nenye impahla libonakale ngesikhathi amaphoyisa eqhuba umsebenzi wawo ngasemfuleni waseLimpopo.

OLUNYE UDABA: Owesilisa ubanjwe ezama ukudayisa imoto eyebiwe

"Kubonakale ikalishi lezimbongolo liwela umfula libheke eZimbabwe lilayishe impahla. Abasolwa babalekele eZimbabwe ngesikhathi bebona indiza yamaphoyisa bashiya izimbongolo nekalishi onqenqemeni lomfula," kusho uMojapelo.

Ngesonto eledlule, kwabikwa ngemoto eyebiwe eThekwini eyashiywa kuwo lo mfulo nezimbongolo ezaziyiwelisa, abasolwa sekubalekelwa amaphoyisa.

Abasolwa babalekela eZimbabwe. Bekungakaboshwa muntu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.