Bagwetshwe udilikajele abajumpula ikhanda lowesimame okhulelwe

2018-04-26 19:30

eLimpopo -  Amadoda amabili alahlwe yicala lokunquma owesimame okhulelwe ikhanda, ase ezama ukulidayisa, agwetshwe udilikajele.

U-Edward Raatji owayenguthisha kanje nomngani wakhe uStanley Mohlake bahlale bathula cwaka enkantolo eNkulu yaseLimpopo ebigcwele iphuphuma ngesikhathi ijaji uMatsaro Semenya efunda izigwebo zabo ngokubulala uNthabiseng Mojela.

UMojela wajumpulwa ikhanda ngoJulayi 2016 endaweni yaseMapela ngaseMokopane.

URaatji, 54, noMohlake, 34, baboshwa ngokubulala uMojela ngemuva kokuthi amaphoyisa alunywe indlebe ngokuthi laba bakhiphe isikhangiso kubalaphi bendabuko ngekhanda abalidayisayo.

OLUNYE UDABA:Ugwetshiwe uMbhishophi waseLimpopo owadlwengula wamithisa indodakazi

Amaphoyisa abakhela uzungu lokuba bahlangene erenkeni yamatekisi ePolokwane ukuba bazoxoxisana nezangoma ezimbili ngokuthengwa kwaleli khanda,

Ngesikhathi befika, bagaxwa ozankosi baphonswa ezitokisini.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.