Bahlangene nezimbila zithutha abasolwa abebegebenga ibhizinisi eMpangeni

2018-02-06 06:59

eMpangeni - Balimale kabi abasolwa abebezama ukugebenga ibhizinisi elizinze eMpangeni ngempelasonto.

Ngokusho kukaCaptain Mbongeni Mdlalose okhulumela amaphoyisa esifunda iKing Cetshwayo, uphiko lwe-K9 luthole umbiko mayelana nesigameko ebesiqhubeka sokugetshengwa kwebhizinisi.

Lokhu kwenzeke ngeSonto emini, esho.

"Amaphoyisa aphuthume kule ndawo ahlangana nabasolwa ababili bezama ukubaleka," kusho uMdlalose.

OLUNYE UDABA:Isiqale phansi kwezokuxhumana eyamahlebezi ngokubulawa kukaSenzo Meyiwa

Umsolwa oyedwa uvulele ngenhlamvu ebhekise emaphoyiseni ngisekhathi bebaleka, lokhu akumhambelanga kahle njengoba namaphoyisa aphendule ngayo inhlamvu.

Kulesi sigameko, kulimale umsolwa oyedwa kwabanjwa ababili.

Amaphoyisa ashaqe izibhamu ezimbili ezingekho emthethweni kanye nemali eyebiwe kulaba basolwa ababili ababoshiwe.

Umsolwa olimele uphuthunyiswe esibhedlela saseNgwelezane.

Umsolwa wesine ubanjwe ngokuhamba kwesikhathi, kubika iZuland Observer.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.