Bajabule kabi abalandeli bamadelakufa ngesenzo sombulali

2016-07-23 13:31

Cairo – Bajabule kabi abeseka iqoqo lamadelakufa ngesigameko sokudutshulwa kwabantu kwinxanxathela yezitolo eMunich.

“Sibonga uNkulunkulu, sengathi uNkulunkulu angabandisela abangamadelakufa,” kusho omunye wabalandeli bamadelakufa enkundleni yezokuxhumana.

OLUNYE UDABA:Kushone 46 amadelakufa eziqhumisa emathempelini

“Amadelakufa ayanda emazweni ase-Europe,” kuqhubeka umbhali obhale ngolimi lwesi-Arab ku-Twitter.

Lesi sehlakalo singesesithathu sodlame oluqondiswe kwizakhamuzi ezingenacala emazweni asentshonalanga ne-Europe ezinsukwini ezingu-8, kubika iReuters.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.