Bajovana ngegazi abadla iNyaope bathi uyithatha nge-bluetooth

2017-02-01 19:28

Durban - Ababhema inyaope sibeqale uhlelo olusha lokusizana ngobhema kulabo abangenaso lesi sidakamizwa.

Laba baxuba lesi sidakamizwa namanzi amancane bese bayazijova.

Uma wenza i-bluetooth usuke usubhemile vele udakiwe bese uzihlaba ngomjovo uzidonse igazi ukuze uzonikeza omunye ongabhemile ukuze naye azodakwa njengawe.

OLUNYE UDABA:UMnyango ukhathazwa izehlakalo zokushushumbisa

Laba bathi bazihlaba ezingalweni, entanyeni kanye nenduku.

Lesi sitayela sibonakala sandile emalokishini amaningi ase-Attridgeville, Soshanguve, Mamelodi, Hammanskraal kanye namanye amalokishi esifundazwe saseNorth West eMakapanstad naseMathibestad.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.