Bakhala ngokuthi bahlukunyezwa ngamaphoyisa abasolwa

2016-06-30 20:30

Johannesburg – Abantu abathathu kwabasolwa ngokubulala eKrugersdorp batshele iNkantolo yeMantshi yaseRoodepoort ngoLwesine ukuthi bahlukunyezwa ngamaphoyisa esitokisini.

ULe Roux Steyn, 21, nodadewabo uMarcelle, 18, uLuff, noChristiaan Kruger basolwa ngokubulala odayisa izindlu kanye nababili abadayisa imishwalense ngoMeyi.

Funda nalolu daba:  Kulindeleke ajoyine iSSU oweDowns

Bonke ngaphandle kukaLuff bathe bafuna ukufaka izicelo sebheyili. ULuff phambilini wakhetha ukuzitholela ummeli.

UVictor Da Silva, ongummelli weLegal Aid SA, omele abanye abasolwa abathathu, utshele inkantolo ukuthi abezindaba akumele babesenkantolo uma sekufakwa isicelo sebheyili.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.