Balibangise kuleli abaculi ababili baphesheya

2017-08-06 18:37

Durban - Abaculi be-R&B uBrian McKnight noBrandy Norwood balibangise kuleli.

Lezi zihlabani zizohambela amadolobha amane ngenyanga kaDisemba.

UBrian McKnight obuye abe nguphrojusa uzokhipha icwecwe Elisha kule nyanga ngomhlaka 25 elithi, Genesis kanti ingoma ehamba phambili ithi, Forever.

UBrandy yena wagcina ukukhipha ngonyaka odlule ngesikhathi ekhipha icwecwe elithi Beggin & Pleadin.

OLUNYE UDABA:Kubashubele abaculi abalaxaze inkampani

Laba baculi bazoqala edolobheni lasePitoli ngomhlaka 9 eSun Arena, eTime Square. Badllele eGoli ngomhlaka 10 eTicketpro Dome.

Ngomhlaka 12 bazobe beseKapa eGrand Arena, GrandWest, bavale eThekwini e-ICC ngomhlaka 14.

Amanani amathikithi ayahluka ngokwamadolobha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.