Balimale kabi abafundi abashayiswe yimoto yabahlanganisa nobonda ePMB

2017-12-01 07:54

EThekwini - Abafundi abathathu abangamantombazane baphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kwengozi eyenzeke ngoLwesine emini.

Lengozi yenzeke ngesikhathi beshayiswa yimoto besendleleni eya emakhaya bebuya esikoleni ngasemgwaqeni u-Essenwood Drive ePanorama Gardens, Pietermartizburg.

Abe-ER24 baphuthume kule ndawo bathola abanye bosizo lokuqala bezama ukuhlenga lawa mantombazane.

Ngokwemibiko etholakale endaweni yesigameko, le moto iphaphalaze yashayisa lawa mantombazane yawahlanganisa nobonda.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi enyantisa igazi emgwaqeni omkhulu

"Ngesikhathi kuhlolwa isimo sabalimele, kutholakale lawa mantombazane elele eceleni komgwaqo, iyodwa ebisesimweni esibucayi kakhulu kanti laba abanye balimale kancane,"kusho abe-ER24.

Lawa mantombazane alashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

Umshayeli wemoto ebandakanyeke kule sigameko ubengekho ngekhathi kufika abosizo lokuqala kanye namaphoyisa.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.