Balinganiselwa ku-2 000 abafundi abangenawo amanzi ekolishi

2017-06-17 13:30

Gwanda – Balinganiselwa kwabangu-2 000 abafundi abangenawo amanzi ekolishi eliseningizimu yezwe laseZimbabwe ngemuva kokuba iziphathimandla ziwavalile edolobheni iGwanda, ngokombiko wangoLwesithathu.

UNgoni Moyo, onguthishanhloko waseJoshua Mqabuko Nkomo (JMN) Polytechnic, uthe isimo asisihle neze – kanti naye akanawo amanzi, ngokombiko weChronicle.

"Sibhekene nesimo esingesihle njengoba bengaphezu kwabangu-2 000 abafundi abahlala esikhungweni esisha sekolishi abangenawo amanzi…Kumele sibhekane kanjani nalesi simo?" kucashunwa uMoyo ebuza.

OLUNYE UDABA: Lizilengisile iphinilikathishanhloko ebelifunwa 'ngokudla imali' yesikole

IZimbabwe National Water Authority (ZINWA) ivale amanzi eGwanda ezinyangeni ezimbili ezedlule ngoba leli dolobha likweleta imali engafinyelela ku-$10 million.

IGwanda ingamakhilomitha alinganiselwa kwangu-180 ukusuka emgceleni waseBeitbridge neNingizimu Afrika.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.