Balwela ukuqhubeka nokuba ndawo umama nendodana abalalanayo

2016-08-10 19:01

New Mexico – Umama nendodana yakhe abathi bayathandani balwela ukuqhubeka nokuhlala ndawonye ngemuva kokuba beyalelwe ukuba abahlale ngokwahlukana.

Ngokombiko we-UK Metro, uMonica Mares nendodana yakhe eneminyaka engu-19 ubudala, uCaleb Peterson,  bazothweswa icala lokulalana ekubeni behlobene ngemuva kokuba ubudlelwane babo bebudalulele umphakathi.

Funda nalolu daba: Ugwetshiwe owabulala omunye ngoba edelele inkolo yakhe

Kuthiwa uCelb waqala ukuhlala noMonica ngesikhathi ubudlelwane babo sebufinyelela kwelinye izinga njengoba phambilini uMonica waphisana ngayo indodana yakhe ngenxa yezizathu ezithile.

UMonica ungumama wezingane ezingu-9.

Lo mama usedalule ukuthi uyesaba manje ukuphumela ngaphandle ngenxa yokuthi abantu sebeyazi ngobudlelwane bakhe nendodana yakhe kanti basabisa ngokumbulala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.