Bamkhiphe amazinyo obeceba omunye ekilasini

2016-11-07 18:02

eGingindlovu - Udinwe uyafa ubaba womfundi oshaywe omunye wamkhipha amazinyo bebenga eyokucebana.

Uyise walo mfundi uthe ingane yakhe ishaywe omunye ngoba emceba ukuba ubekhuluma ekilasini.

"Uthe angaphuma lo mfundi wabe esedumela ingane ami ngesibhakela yaphuma amazinti amabili. Ngize ngayovula icala emaphoyiseni," kusho lo baba.

OLUNYE UDABA:Ukhishwe amazinyo obesabisa abebeyolanda izigqoko emshadweni

Lesi sehlakalo senzeke ngoMsombuluko odlule kanti lobaba uthi omkuphatha kabi wukuthi ingane yakhe ayilutholanga usizo esikoleni.

Ize yahanjiswa uyena kwadokotela ntambama isibuya esikoleni, kubika iSOLEZWE.

Lo baba usole isikole ngokuba nobudedengu njengoba singazange simazise ngalesi sehlakalo.

"Uthishanhloko uzithethelele ngokuthi wayengekho ngesikhathi kwenzeka lokhu." 

Umnyango wezemfundo kwaZulu-Natal usigxekile lesi sehlakalo wathi umfundi oshaye omunye kumele abhekane nokuqondiswa kwezigwegwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.