Bamuncu abalandeli be-Sundowns njengoba izinto zingahambi kahle

2016-04-29 10:33

Johannesburg –I-Mamelodi Sundowns ibambene ngo-0-0 ngesikhathi idlala ne-Ajax Cape Town enkundleni yase-Athlone ngolwesiThathu ebusuku, kubika iLaduma.

Kanti bekubonakala ukuthi i-Ajex iyona edlala kangcono kakhulu yize bengazange bashaye inqaku.

Ukungaphumeleli kwe-Sundowns kuyinkinga enkulu njengoba kubonakala sengathi kwaqatha lelo abebezilungiselela lona ngeke basalidla.

OLUNYE UDABA:Mamelodi Sundowns vs Orlando Pirates, iyolala ibonene

Abalandeli baleli qembu baphatheke kabi kakhulu ngalokhu ngoba besebethembile ukuthi bazoyithatha iligi. Amathemba asepheleli njengoba sebekhishiwe nakumqhudelwano we-Nedbank Cup.

“Izinhliziyo zethu ziphukile okwangempela singabalandeli beSundowns, benginethemba lokuthi sizowuwina lo mdlalo kwisiwombe sesibili,”kusho uChina umlandeli waleli qwmbu.

Omunye umlandeli uthe: “Yize kubonakala sengathi ngeke sikuthole lokhu esikufunayo kodwa sisadlala kahle futhi nginethemba lokuthi umqeqeshi uPitso uzoke anikeze uCuthbert Malajila ithuba.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.