Bangase badonse kanzima abashayeli ngenyanga ezayo

2017-09-15 17:59

Johannesburg – Imibiko mayelana nokumbiwa phansi itshengisa ukuthi abashayeli bezimoto bangahle babhekane nenye ingcindezi yokukhuphuka kukaphethiloli ekuqaleni kwenyanga ka-Okthoba.

Lokhu kuvezwe ngabe-Automobile Association lapho iqagula ukuthi abashayeli bakuleli bangase bakhokhe imali eyengezwe ngo-35c ilitha likaphethiloli, kwengezwe ngo-33c kwilitha likadizili kanti uphalafini ungahle unyuke ngo-29c ilitha.

“Kuyaqala ukuthi irandi litshengise ukuqina ngale ndlela uma liqhathaniswa nedola laseMelika ngemuva kwesikhathi eside.

OLUNYE UDABA:BUKA: Uphenduke ihlaya obefaka uphethiloli ka-R3.50

“Yize kunjalo, lokhu akwenele ukwehlisa inkinga yokwenyuka kwamanani kawoyela emhlabeni jikelele njengoba enyuke ngamaphesenti ayisithupha kula masonto amabili adlule,” kusho le nhlangano.

Le nhlangano ithi uma irandi belingaqinile ngale ndlela, uphethiloli ubuzokhuphuka cisho ngo-50c ilitha, kubika i-IOL Motoring.

Kuzokhumbuleka ukuthi nangenyanya eyedlule uphethiloli unyukile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.