Bangase badonse kanzima abezimoto ngoMeyi

2017-04-18 12:32

Cape Town – I-Automobile Association (AA) iqagula ukuthi intengo kaphethiloli ingase inyuke ngo-55c ilitha ngoMeyi, udizili unyuke ngo-39c ilitha, bese kuthi uparafini wona unyuke ngo-41c ilitha.

Abakwa AA bathi ukunyuka kwentengo kaphethileli okuqagulwayo kuzoba okukuqala ukushaya kubantu bakuleli njengoba irandi lilokhu liqhubekile nokuntengantenga uma ngabe liqhathaniswa nedola laseMelika, nosekube nomthelela entengweni kaphethiloli emazweni omhlaba.

OLUNYE UDABA: Ungase unyuke ngo-R2 uphethiloli ngo-Ephreli

Kodwa-ke abakwa AA bathi ukuntengantenga kwamandla erandi yikhona okuzoba nomthelela ekwehleni kwentengo kaphethiloli, bathi ukunyuka kwentengo kaphethiloli emazweni omhlaba khona kube nomthelela omncane.

Ukwehlelwa umdlandla kwabatshali bezimali kwiNingizimu Afrika, ukwehliselwa esigabeni esiphansi sezinga lomnotho wakuleli, yiFitch kanye neS&P sekuholele ekutheni irandi lisuke ku-R12.35 ngaseqaleni kwenyanga, laze lafinyelela ku-R13.40 njengamanje.

Kodwa-ke noma kunjalo abakwa AA bathi siseside isikhathi esisasele ngaphambi kokuba kube uMeyi, bathi kungenzeka ukuthi izinto ziyobe sezishintshile ngaleso sikhathi. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.