Bangase baphinde bateleka abasebenzi beGautrain

2016-08-16 16:01

Johannesburg – Abasebenzi beGautrain abangeneme ngendlela eziqhubeka ngayo izingxoxo zamaholo bangase bangenele isiteleka maduzane.

ICommission for Conciliation, Mediation and Arbitration (CCMA) kulindeleke ikhiphe isinqumo ngodaba oluphakathi kweGautrain nabasebenzi bayo ngoLwesithathu.

Funda nalolu daba: Zihlehlile izingxoxo zokuqeda isiteleka embonini kaphethiloli

I-CCMA ingase inikeze abasebenzi abangaphansi kwe-United National Transport Union (UNTU) isitifiketi esibagunyaza ukuba bateleka cishe ngesonto elizayo uma kungafinyelelwa esivumelwaneni samaholo.

Njengoba inkampani yeGautrain iBombela ibeke etafuleni u-7.6%, inyunyana ifuna u-9% kanye noxhaso lwemali yezindlu, kubika iThe Star.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.