Bangase baswele okokuhamba abagibeli bamabhasi

2017-04-11 09:31

Johannesburg -  Izinkulungwane zabagibeli kungenzeka zisale dengwane ngoLwesithathu njengoba kulindeleke abamabhasi bangenele isiteleka kuzwelonke befuna amaholo angcono.

Izinyunyana zabasebenzi ezinhlanu – okubalwa kuzona iSatawu kanye neNumsa – sezikhiphe izaziso ngesiteleka ngemuva kokuba izingxoxo zamaholo zifinyelele kwangqingetshe.

Izinyunyana bezifuna amaholo abasebenzi enyuswe ngo-12%, kwenziwe isivumelwano esizodonsa unyaka owodwa.

OLUNYE UDABA: Umphakathi walile ukulekelela inkantolo ngecala lowanqunywa ikhanda eMlazi

Abasebenzi bafuna nemali yezindlu, ukukhokhelwa ukusebenza ebusuku kanye nokukhokhelwa ukusebenza amabanga amade.

Kodwa umqashi uzimisele kuphela ngokwenyusa amaholo ngo-7.5% ngesivumelwano seminyaka emithathu.

Izinyunyana zabasebenzi bezilokhu zixoxisana nezinhlangano ezimbili ezimele izinkampani ezingu-16 zamabhasi selokhu kuqale unyaka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.