Bangu-237 abantu abashone ezingozini zemigwaqo kule mpelasonto

2016-05-03 14:30

Durban -  UNgqongqoshe wezokuThutha uDipuo Peters ukuqinisekisile ukuthi bangu-237 abantu abashone ezingozini ezingu-179 ezenzeke kusukela ngeholidi leNkululeko kuze kube ngukuphela kwale mpelasonto ende.

UPeters uthi ushaqeke kakhulu izingozi ezine ezenzeke kule mpela sonto lapho kushone abantu abangu-30.

Lezi zingozi zihlanganisa itekise eyashayisana neloli eRandfontein kwashona abantu abangu-15 nenye ingozi yetekisi edlule nemiphefumulo engu-9 eLimpopo.

OLUNYE UDABA:Zidlange kakhulu izingozi kuleli

Uthi ukhathazeke kakhulu ngabashayeli abashayela bedle amponjwana nokuyimbangela enkulu yezingozi.

Isifundazwe sakwaZulu-Natal yisona esihamba phambili ngezingozi ezingu-39 nokushona kwabantu abangu-49 kulandele iGauteng ngezingozi ezingu-29 nabantu abangu-45 abashonile kulandele iLimpopo ngezingozi ezingu-23 kanti khona bangu-39 abantu abashonile.

-EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.