Bangu-260 asebeboshiwe kula maholidi eN Cape

2017-12-29 12:30

Cape Town - Amaphoyisa aseNorthern Cape asebophe inqwaba yabantu kula maholidi kaKhisimusi.

Bangaphezu kwabangu-250 abasolwa ababoshiwe futhi okulindeleke ukuba bavele namuhla (ngoLwesihlanu) nangesonto elizayo enkantolo.

Amaphoyisa akulesi sifundazwe asebophe abantu abangu-260 ngezinsolo zokubulala, ukuzama ukubulala, ukudlwengula, ukushaya nokugqekeza. Amanye amacala kubalwa awokucekela phansi impahla, ukutholakala nezidakamizwa nokushayela becwile ezinkambini zikaFaro.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abashayeli abangu-100 eThekwini

Kushaqwe izidakamizwa zohlobo lwe-mandrax ezingaphezu kwezingu-198, ezohlobo lwe-Khat ezingu-3 500, insangu enesisindo esingu-4 446g namasimu ensangu angu-14.

Amaphoyisa athe umsebenzi wokugcina indawo iphephile uhamba kahle kakhulu.

Owamaphoyisa uMohale Ramatseba uthe amaphoyisa akhiphe amathikithi angu-366 ngamacala okuphula umthetho womgwaqo iRoad Traffic Act.

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.