Bangu-51 abashone ezingozini zomgwaqo eGauteng ngale mpelasonto

2018-05-02 08:01

Bangu-51 abantu abashone emigwaqeni yaseGauteng ngalempelasonto ende, lokhu kuvezwe wuMnyango wezokuPhepha koMphakathi ngoLwesibili.

Lo mnyango ubukhipha izibalo zbalo zempelasonto kusukela ngomhlaka 26 kuya kumhlaka -30 Ephril, wathi "lokhu kuyisithombe esikhathazayo kakhulu."

Bangu-22 abantu abahamba ngezinyawo, abashayeli abangu-11, abagibeli abangu-15 kanye nababili abashayela izithuthuthu noyedwa obehamba ngebhayisikili bashone ezingozini ezingu-41 zangempelasonto.

Umphathiswa wezokuPhepha uSizakele Nkosi-Malobane uzwakalise ukuphoxeka ngokwanda kwezingozi zomgwaqo.

OLUNYE UDABA: Umndeni ka-Akhumzi Jezile usuqalile ukwenza amalungiselelo omngcwabo

"Kuyakhathaza kakhulu ukuthi kuyanda ukuziphatha okungahlelekile kanti lokhu kubonakala ngokwanda kwesibalo sabashona ezingozini zomgwaqeno.

"Siqaphele ukuthi izingozi eziningi zenziwa ukushayela ngesivinini esikhulu kakhulu, ukushayela uphuzile kanye nokuhamba ngezimoto ezingakufanele ukuba semgwaqeni,"kushoyena.

Uthi miningi imikhankaso abanayo ehlanganisa ukufundisa abantu abahamba ngezinyawo ngokuphepha emgwaqweni, ukuphepha komshayeli kanye nezimoto ezifanele ukuhamba emgwaqeni kanye nokulwa nokushayela uphuzile.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.