Bangu-600 omakadebona be-MK abasuka eKZN belibangise eGoli

2017-04-06 19:30

Johannesburg - Inhlangano yomakadebona boMkhonto weSizwe ikhiphe isimemezelo kuwo wonke amalungu ayo ukuba babuthane eLuthuli House ngenhloso yokuyivikela.

Le nkangano inxusa namanye amalungu akwezinye izifundazwe ukuba asukume wonke abe yimbumba.

Bangu-600 omakadebona abasuka kwaZulu-Natal abalibangise eGoli ukuyovikela iLuthuli House.

Le nhlangano ikhiphe lesi sitatimende yize i-ANC ikubeke kwacaca ukuthi ayihambisani namamashi alibangise eLuthuli House futhi ayihambisani nezinhlelo zalabo abahlose ukuyivikela.

OLUNYE UDABA:INGOSI: Sizodlala iDA ne-#BlackFriday 'engumbhedo'

NgoLwesihlanu, kulindeleke ukuba izinhlangano ezizimele, ezamabandla kanye namanye amaqembu ezepolitiki bamashe kusukela phakathi edolobheni iGoli.

Iqembu i-DA lihlele ukumashela eLuthuli House kodwa lazihoxisa lezo zinhlelo kulandela izinkulumo zophiko lwentsha ezihlongoza udlame.

Umholi we-DA uMmusi Maimane uthe bazomasha ngokuthula bemashela ukungahambisani noMengameli Jacob Zuma futhi ucele abaholi be-ANC ukuba balihloniphe ilungelo labo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.