Banqabe ibheyili abasolwa 'ngokudla izicubu zomuntu' eMtshezi

2017-08-28 12:34

Durban - Banqabe ibheyili abantu abahlanu abasolwa ngokubulala nokwakha itulo lokubulala ngemuva kokutholakala nezicubu zomzimba womuntu.

La madoda abavele eNkantolo yeMantshi yase-Escourt namuhla ekuseni ngaphambi kweMantshi u-A Sookraj ezimboze ubuso ngamajakhethi.

OLUNYE UDABA:Bazogqunywa esitokisini ababhekene 'nelokudla izicubu zomuntu'

Enye yala madoda ibikhala ubumaye maye enkantolo. 

Abasolwa; yinyanga uNino Mbatha, 32, uSithembiso Sithole, 31, uLindokuhle Masondo, 32, uLungisani Magubane, 30, noKhayelihle Lamula, 32, bonke abasolwa ngabasendaweni yasesSigodlweni.

USookraj ulihlehlisele umhlaka-28 Septhemba kanti abasolwa bazobhadla esitokisini.


 - Escourt News

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.