Banqatshelwe ibheyili abayisithupha ababhekene nawokubulala eGlebelands

2018-04-26 16:01

eThekwini -  Abasolwa abayisithupha kwabayisikhombisa ababhekene namacala angu-20 okubalwa kuwo angu-9 wokubulala ehostela laseGlebelands eMlazi banqatshelwe ibheyili.

Lawa madoda okubalwa kuwona noMseshi osebenzela esiteshini sasedolobheni laseThekwini bavele enkantolo obigcwele iphuphuma ngoLwesine.

Amanye amacala ababhekene nawo kubalwa, owokuhlela ukubulala, ukuqola kanye nokutholakala nezikhali ezingekho emthethweni.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa aphenya ngobugebengu eGlebelands athole isibhamu

Lawa macala kuthiwe enziwa phakathi kuka-Agasti 2014 kuya ku-Mashi 2016.

UDetective Sergeant Bhekukwazi Louis Mdweshu, Ncomekile "Matlala" Ntshangase, Khayelihle "Mroza" Mbuthuma, Eugene Wonderboy Hlophe, Mbuyiselwa "Mahliphiza" Mkhize, Vukani Mcobothi kanye noMondli Talente Mthethwa bazobuyela eNkantolo ngomhlaka 31 Meyi.

UMthethwa uyena yena ongaqhubekanga nokufaka isicelo sebheyili.

UMshushisi uDorian Paver ucele ukuba kuhlehliswe leli cala ngoba usalinde umyalelo ovela kuMqondisi wezokuShushisa eZweni lonkana mayelana nelinye lamacala elibekwe abasolwa.

Ngomhlaka 3 Ephreli uMbuthuma wagwetshwa udilikajele ngecala lokusoconga uSibongile Princess Mtshali, 52, owadutshulwa wabulawa esegumbini lakhe ngomhlaka 26 Julayi 2017.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.