Baphanyekwa ezinkundleni zokuxhumana obaba bezingane abangondli

2017-10-26 18:01

eThekwini - Bavutha bengabaselwe omama bezingane ezinkundleni zokuxhumana njengoba bebambisene ngokuveza obaba bezingane zabo abangazondli.

Lo mkhankaso owaqala sakudlala ekhasini labesimame kuFacebook, wasuka ngokuthi kube khona ofika nomqondo wokuthi umuntu akaveze ubaba wengane yakhe ongondli ukuze bakhalisane kanye naye baphinde baduduze.

Kujike lapho kwathathwa isinqumo sokuthi la madoda angondli awaqondwe ngqo njengoba kuvele ukuthi iningi lawo liphila impilo yobukhazikhazi. Abe esethola ukuhlambalazeka emakhasini awo ebuzwa ukuthi kungani engondli.

Lokhu kusabalale yonke indawo, njengoba kwaziwa ukuthi baningi abantu besimame ababhekene nale nkinga yobaba abangazondli izinganen zabo.

OLUNYE UDABA: Ibiyoshunqiselwa impepho ingane obekuthiwa ithunjiwe

Sekuvele ukuthi kusungulwe ikhasi elisha lakuFacebook elibizwa ngokuthi Izinja Ezingondli.

Kuleli khasi kuphanyekwa wonke amadoda angazondli izingane zawo.

Abanye sebeqalile ukuthola umvuzo ngaleli khasi, umunye womama ubhale umlayezo kuleli khasi ethi ubaba wengane uthumele imali engango-R3 000 wabe esemcela ukuba angamfaki kule nkundla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.