Baphawula nge-Africa Day

2016-05-25 13:29

Durban - Namuhla kubungazwa usuku i-Africa Day, okuwusuku lokuzigqaja ngezwekazi lakho nangobuwena njengom-Afrika.

Ngabe yini ekwenza ukuba uziqhenye ngokuba ngum-Afrika kanti futhi yini ofisa ukuyiguqula eyenziwa ngama-Afrika eyenza abukeleke phansi emazweni aphesheya?

Baphawula kanje:

UNkosinathi Mkhize uthe:  Ngifisa ama-Africa ayeke ukucwasana ewodwa futhi ayeke ukulwa wodwa nokubulalana.

UHloniphani Khathi uthe: Into engenze ngizigqaje ukuthi i-SABC Radio isizodlala 90% womculo waseSouth Africa yize abalale be-Lotus fm besaphikisana nalokho.

UThemba Mthembu uthe:  Akuyekwe ukubulawa kwama-albino futhi bayeke nokuqolana bodwa.

USphesihle Bluelightnng uthe: Ngizigqaja ngokuba umzulu wase-Afrika. Ukubukeleka phansi kudalwa ukuth sesihlulwa ukuphila ubuthina singama-Afrika kanti nokuphila ngendlela yabantu baphesheya kwezilwandle kuyasihlula kahle kahle asizazi simiphi.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni. 

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.