Baphila ngokwesaba abashayeli bamatekisi eLimpopo

2016-07-04 10:02

Limpopo – Umshayeli wetekisi uJeremiah Mokwana waseSekhukhune ushiye umsebenzi esabela impilo yakhe, kubika iSowetan.

Lokhu kulandela ukuthunjwa kwabashayeli abathathu bamatekisi bephoqwa ukuyosoka emasontweni ambalwa adlule.

OLUNYE UDABA:Abashayeli bamatekisi bavale imigwaqo eDurban North

Abashayeli ababili kulaba ababethunjiwe bakhishwe ngemuva kokungenelela kwamaphoyisa kanye namalunga omphakathi.

Laba bashayeli abaneminyaka engu-31 no-35 ubudala bathathwa ngenkani bahanjiswa esikoleni sokusoka endaweni yakwa-GaMoretsele ngaseJane Furse.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.