Baphinde badlwengula isisulu esinqabe ukusula icala

2016-07-20 16:03

New Delhi – Amaphoyisa asenyakatho neNdiya athi abophe amadoda amabili ngezinsolo zokudlwengula owesifazane okwesibili eminyakeni emithathu.

Kuthiwa lokhu bakwenze ngoba bemjezisela ukunqaba ukusula icala emaphoyiseni.

Isikhulu samaphoyisa uSanjay Kumar Singh uthe isisulu, esiseminyakeni eko-20 ubudala, sisesimeni esikahle esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa odlwengule wacishe wabulala isisulu

Isisulu sadlwengulwa okokuqala ngo-2013, kwaboshwa amadoda amathathu, kwathi amabili akhishwa ngebhaeyili.

Kuthiwa yibo-ke laba ababili abaphinde badlwengula lo wesifazane ngomhlaka-13 kwephezulu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.