Baphinde basala dengwane abagibeli bamabhasi namuhla ekuseni

2018-04-30 12:31

Johannesburg - Abagibeli bamabhasi baphinde banxuswa ukuba bazitholele ezinye izinto zokuhamba namuhla ekuseni njengoba isiteleka samabhasi siqhubeka.

Lokhu kuza ngemuva kokuba izinxoxo phakathi kwezinyunyana nabaqashi ziphinde zafika kwangqingetshe ngezonto eledlule.

Izinyunyana zifuna amaholo enyuswe ngo-9.5% onyakeni wokuqala wesivumelwano kanti umqashi ubeka etafuleni u-8.5%.

OLUNYE UDABA:Siyaqhubeka isiteleka sabamabhasi ngemuva kokungaphumeleli kwezingxoxo noNgqongqoshe

Okhulumela i-South African Transport and Allied Workers Union (Satawu), uZanele Sabela uthe: "Ingxoxo yangoLwesine olwedlule ayifinyelelanga esivumelelwaneni. UNgqongqoshe wezokuThutha uBlade Nzimane noNgqongqoshe wezabaSebenzi uMildred Oliphant bavele bafika basitshela ukuthi asithole isisombululo baqeda baphuma udaba balushiya ezandleni zabakwa-CCMA. Namuhla (ngoMsombuluko) izinyunyana zizophinde zibambe umhlangano ukuthola isisombululo ngakho ngiyacabanga ukuthi okunye kuzozwakala ngemuva komhlangano."

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.