Baphuthunyiswe ngendiza esibhedlela abathole ingozi

2017-01-28 15:03

Cape Town – Kushone oyedwa, kwalimala kabi abantu abahlanu engozini ebandakanya itekisi eyenzeke ngoMgqibelo.

Le ngozi yenzeke eSomerset lapho itekisi lishayisane neveni.

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo eWestern Cape uChief Kenny Africa uthe lengozi yenzeke ngo-7 ekuseni.

OLUNYE UDABA:Kudaleke ingozi owesilisa ebamba umshayeli wetekisi ngobhongwane

Umshayeli weveni lohlobo lwe-Corsa ushonile kanti abagibeli abathathu abebesetekisini bathathwe ngendiza enophephela emhlani bephuthunyiswa esibhedlela.

Abanye abalimele baphuthunyiswe esibhedlela nge-ambulensi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.