Basagcwele izinkalo ababulale imenenja yaseSakhumzi

2017-01-31 18:01

Johannesburg - Amaphoyisa aseGauteng aphenya icala lokubulala nokuphanga kuhlonyiwe kulandela isigameko sokubulawa kwemenenja endaweni yokudlela eseSoweto kuVilakazi Street.

Amaphoyisa athe amadoda amabili ayefuna ukungena ngaphakathi endaweni yokudlela iSakhumzi isanda kuvalwa ekuseni ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Kuqinisekiswe ukudutshulwa kwemenenja eSakhumzi

Ngesikhathi imenenja, 60, iwanqabela ukuba angene ngaphakathi, avulela ngenhlamvu aqeda abaleka endaweni yesigameko.

Umnikazi wendawo uSakhumzi Maqubela uchaze le menenja njengendoda ebifana nobaba, inozwelo nesihle.

Uthe abasolwa bebehlose ukuphanga kule ndawo, imenenja ishone izama ukugwema isigameko sokuphangwa kwendawo.

Kubikwa ukuthi iMeya uHerman Mashaba umemezele ukuthi idolobha lizofaka amakhamera eCCTV kuVilakazi Street.

 - SABC

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.