Basale bebambe ongezansi abantu erenki kudutshulwa u-queue Marshall eGoli

2017-01-28 15:03

Johannesburg - Amaphoyisa aphenya icala lokubulala ngemuva kokudutshulwa kowesilisa erenki.

Amaphoyisa athi lo que marshall uvinjezelwe ushayasibhamu esasebenza erenki iMTN ngoLwesihlanu.

Umsolwa ufike wavulela ngenhlamvu wase eyabaleka.

OLUNYE UDABA:Obeyokha umango udutshulwe wafa kuthiwa yinkawu

Okhulumela amaphoyisa uKaputeni Kay Makhubele uthe imbangela yalokhu ayikaziwa okwamanje kanti kunxuswa abanolwazi ukuba basondele phambili.

“Sisaphenya ngalesi sigameko kanti okwamanje akakuqandakali ukuthi yini imbangela yokubulawa kwalo wesilisa ngesihluku esingaka.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.