Basale bengenamakhaya abantu kusha imijondolo engu-60 eGoli

2016-07-19 20:32

Johannesburg – Bangaphezu kuka-100 abantu abasale dengwane ngesikhathi kusha imijondolo engu-60 eZandspruit, enyakatho nedolobha laseGoli.

Abosizo oluphuthumayo uRobert Mulaudzi uthe lokhu kwenzeke ekuseni ngemuva kuka-10h00.

OLUNYE UDABA:Ubekwe icala osolwa ngokushisa umjondolo kwashona 7

“Le mijondolo isemhlabeni ophethwe abantu abazimele kanti abahlali bebekhokha intela kaR500 ngenyanga,” kusho uMulaudzi.

Amathimba asebenza ngezinhlekelele bafike ngokuphazima kweso kule ndawo ukuzohlaziya umonakalo ukuze kusizakale  abahlali bakule ndawo, kubika i-African News Agency.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.