Basale dengwane abagibeli kuteleka abashayeli bamabhasi

2018-04-18 09:30

Johannesburg – Izinkulungwane zabagibeli bamabhasi kudingeka zisebenzise ezinye izindlela ukuze zifinyelele lapho beya khona ngoLwesithathu ngenxa yesiteleka sabashayeli bamabhasi kuzwelonke.

ISouth African Transport and Allied Workers' Union (Satawu) ikuqinisekisile ukuthi amalungu ayo angenele isiteleka kulandela ukufinyelela kwangqingetshe kwezingxoxo zamaholo.

Abasebenzi bafuna ukwenyuselwa amaholo ngo-12% kanti abaqashi babeka etafuleni u-7%.

USolomon Mahlangu weSatawu uthi isiteleka sizophakamisa ukuhamba kwamabhasi emabanga amade kanjalo nalawo athutha abantu emiphakathini.

OLUNYE UDABA: Ulahlwe yicala u-Andile we-ANC

“Sizohlangan, ngoLwesine nangoLwesihlanu ukuzama ukusombulula lento. Isiteleka besingeke sisagwemeka, sizoqhubeka naso.”

U-Irvin Jim weNumsa uthi abashayeli bathi ngeke bamukele lutho ngaphandle kokwenyuselwa amaholo ngo-12%.

Amabhasi athintekayo kulesi siteleka ahlanganisa i-Rea Vaya, Gautrain, Putco neMegabus eGauteng, kanti iMyCiti neGolden Arrow iwona aphazamisekile eKapa.

IMetrobus eGoli, namabhasi kamasipala eTshwane kanjalo naweDurban transport awekho sesitelekeni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.