Basale dengwane abagibeli bamabhasi eGoli

2016-07-08 19:03

Abasebenzi bakamasipala edolobheni laseGoli basazama ukuthola ulwazi mayelana nezigameko ezibikwe abagibeli ngenkinga yamabhasi.

Iningi labagibeli bamabhasi basale bengenazo izinsiza zokuthutha amabhasi engaqhamuki. Nenyunyana yabasebenzi bakaMasipala nayo ithi isaphenyisisa ngalolu daba.

OLUNYE UDABA:Kume konke amabhasi evimbe imigwaqo eMlazi

"Sisazokhuluma nomele inyunyana ukuze zithole kakhe ukuthi kwenzakalani ngoba thina asazi lutho ngoba asikho isiteleka ebesihleliwe,"kusho omele iSamwu.

Abagibeli abebecikekile bathathele ezinkundleni zokuxhumana bekhala ngokungabi bikho kwamabhasi akwaMetro, kubika iTimeslive.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.