Basale dengwane abagibeli kuteleka abashayeli bamatekisi

2017-08-16 09:29

Pretoria – Abagibeli basePitoli namaphethelo basale dengwane ngoLwesithathu ngenxa yesiteleka sabashayeli bamatekisi kuleli dolobha.

Abashayeli bamatekisi bavale imigwaqo eMabopane, eSoshanguve, eMamelodi nakwezinye izindawo.

Ababhikishi bafuna idolobha lisule izikweletu zamathikithi omgwaqo, abathi zenza bangakwazi ukuvuselela izincwadi zabo zokushayela.

Amaphoyisa kaMasipala waseTshwane athi isiteleka asikho emthethweni ngoba asifakwanga isicelo sokubhikisha.

OLUNYE UDABA: Udilikajele owagqekeza wabulala umnikazi womuzi

Izikhulu zeluleke abagibeli bamatekisi ukuba basebenzise ezinye izinto zokuthutha.

Kuthiwa kuvalwe uMapobane Highway nezindawo ezakhelene neSoshanguve.

Ukuhamba kwezitimela phakathi kwaseSoshanguve naseMabopane kumisiwe okwesikhashana.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.