Basaledengwane abagibeli bamatekisi ngenxa yesiteleka

2017-09-18 07:46

Cape Town - Izinkulungwane zabagibeli bamatekisi eKapa zisaledengwane njengoba ososeshini mabatekisi bengenele isiteleka.

Amatekisi kusukela ngehora lesine ekuseni ngoMsombuluko abengahambi.

Isiteleka kukholakala ukuthi simayelana nokuboshwa kwamatekisi okubonakala kwanda, nangokungagculiseki ngemithetho emisha yamatekisi.

OLUNYE UDABA: Kushone owesilisa ogwilise edamini

Idolobha lithi selijube amaphoyisa omgwaqo ukuba aqaphe isimo.

Kulindeleke ukuba amalungu ososeshini abakhulu eKapa babeyingxenye yalo mbhikisho.

Abashayeli bamatekisi rzinsukwini ezedlule bebekhipha amapheshana ezaziso ngesiteleka esihlelelwe uMsombuluko.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.