Basenkantolo abasolwa ngokubulala iphoyisa eNanda

2018-01-26 13:59

Durban - Abasolwa abathathu ecaleni lokubulawa kwephoyisa nokuzama ukubulala elinye eNanda, enyakatho yeTheku, babuyela eNkantolo eNkulu yaseThekwini namuhla (ngoLwesihlanu).

USabelo Mkhize, uLindokuhle Mchunu noSiboniso Khubisa yibo abasolwa kuleli cala.

NgoLwesine, abameli babasolwa kuleli cala bahoxile ngemuva kokuba umshushisi uSasha Jacobs eseqedile ukwethula inkulumo yakhe yokugcina.

OLUNYE UDABA:Bagwetshiwe ababulali baseNanda

IJaji uXolile Ntshulwane uphoqeleke ukuba alihlehlise icala ukuze kuzoqokwa ummeli omusha wesihe.

Yize kunjalo, uxwayise ngokuthi icala angeke lisaqala kabusha.

Laba babhekene namacala angu-12 abucayi okubalwa kuwona elokubulala ngenhloso uSgt Vusumuzi Moyana, elokuzama ukubulala uSgt Jabu Jojisa, nelokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni, elokuthumba, elokwephula umthetho wezibhamu nelokukhomba amaphoyisa nge-AK 47.

Wonke la macala bawenza kulesi sigameko sango-2015.


 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.