Basezitokisini abathathu ababhekene necala lokubamba imoto yemali

2018-05-03 11:03

Beaufort -  Amadoda amathathu asolwa ngokugebenga unogada weFidelity isamba semali engaziwa eFort Beaufort e-Eastern Cape abanjiwe.

Ngokusho kwamaphoyisa laba basolwa bazovela ngoLwesihlanu eNkantolo.

Okhulumela oKlebe uKaputeni Anelisa Feni ngoLwesithathu uthe unogada ubematasa efaka imali kwi-ATM eSuperSpar eFort Beaufort ngoLwesibili ngesikhathi ehlaselwa amadoda amathathu aseminyakeni ka-29 no-34 ubudala.

Lesi sigameko senzeke ekuseni ngo-11h40.

"Abasolwa baphuca iunogada isibhamu sakhe bashaya bachitha nesamba semali engaziwa ngemoto eyayibalinde eduze,"kusho uFeni.

OLUNYE UDABA:Izigebengu ezihlomile zihlasele endaweni obekuholwa kuyo imali yesibonelelo

Uthi amaphoyisa ophiko lobugebengu obuhleliwe aphuma umkhankaso wokuthungatha laba basolwa ngemuva kwalesi sigameko.

"Ntambama ngo-15h30 amaphoyisa aya endaweni yaseMdeni khona eFort Beaufort lapho abamba khona abasolwa abathathu. Laba basolwa batholakala nezibhamu ezine okubalwa kuso nesikanogada lo ogetshengiwe.

"Kutholakale nengxenye yale mali eyebiwe."

Uthi uphenyo lusaqhubeka kanti kungenzeka kuboshwe nabanye abantu.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.