Bashayiswe yiloli bashona abesifazane ababili oThongathi

2016-06-30 16:00

Durban – Kushone owesifazane osekhulile nentombazanyana ngesikhathi beshayiswa yiloli oThongathi, enyakatho yeTheku, ngoLwesine ekuseni.

Okhulumela i-IPSS Medical uPaul Herbst uthi abesifazane ababili bebezama ukuwela umgwaqo  ngesikhathi bezithela kwiloli.

Funda nalolu daba: Ushweleze emndenini oweveni edale ingozi eThekwini

"Bobabili laba besifazane, oneminyaka elinganiselwa kwengu-45 nomunye onelinganiselwa kwengu-15 ubudala, kuthiwa bebewela umgwaqo kuqhamuka iloli ngaserenki yasoThongathi,” usho kanje.

Abosizo lokuqala bathi bazamille ukuhlenga izisulu kodwa zashonela khona lapho.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.