Bashe bangqongqa abantu engozini eNewcastle

2016-07-05 11:32

Newcastle – Abantu ababili bashe bangqongqa evenini ngemuva kwengozi eyenzeke kuR34 ngaphandle kwaseNewcastle, KwaZulu-Natal, kusho abezimo eziphuthumayo ngoLwesibili.

Le veni itholakale isha ubuhanguhangu, ilele ngokhakhayi eceleni komgwaqo, kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring.

OLUNYE UDABA: Izingane ezine zishe zaba ngumlotha

Kuthe umlilo usucishiwe, izicishamlilo zathola izidumbu zabantu ababili abese beshe bengumlotha.

Le veni ibisuka eMemel iya ngaseNewcastle.

UMeiring uthe amaphoyisa ayaphenya ngale ngozi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.