Bashone ujuqu abahlaselwe oshayasibhamu belele eHammarsdale e-KZN

2017-01-21 11:04

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natala aseqinisekise ukubulawa kwabantu abayisithupha endaweni yaseHammarsdale, entshonalanga yeTheku.

Okhulumela amaphoyisa uColobnel Thembeka Mbheke uthe abasolwa basaghcwele amathafa kanti amaphotyisa aseqalile ukubathungatha.

OLUNYE UDABA: Kuqothwe amalungu angu-11 omndeni owodwa

Kukholakala ukuthi iqembu lamadoda lingene ngodli emzini othile avulela ngenganono ebhekise kubantu abangu-7 abebelele ngoLwesihlanu ebusuku, kwashona ujuqu abangu-6.

Isisulu sesikhombisa sisesimeni esibucayi esibhedlela.

Oshayasibhamu babeleke ngezinyawo. Amaphoyisa athi imbangela yesigameko ayikaziwa okwamanje. 

Abashonile, ngamadoda amane nabesifazane ababili ababalelwa eminyakeni ephakathi kwengu-22 nengu-25 ubudala.

Imibiko ithi ezinye izisulu kusolwa ukuthi 'bezingomeshente' besidakamizwa 'iwhoonga' kuleli khaya.

 -  SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.