Basindile abawelwe ukhonkolo nodaka kwakhiwa

2017-02-02 10:02

Durban – Abantu ababili bathole ukulimala ngemuva kokuwa kwesakhiwo ababesebenzela kusona endaweni yokwakha ekuNorth Coast Road eThekwini ngoLwesithathu kusihlwa.

Ngokusho kokhulumela abosizo lokuqala, abakwaRescue Care, uCeron Lennox, uthi laba besilisa abaneminyaka engu-42 kanye nengu-22 babe nenhlanhla ukuthi bathole ukulima okuncane.

OLUNYE UDABA: Uwelwe yindlu washona 'obesehluphile nge-woonga'

ULennox uthi ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesigameko, isisulu esineminyaka engu-22 ubudala besesivele sitakuliwe.

Lo omunye wesilisa oneminyaka engu-42 ubudala ubevalelwe ukhonkolo omkhulu kanye nodaka isikhathi esicishe sibe ngamahora amabili nohhafu ngophambi kokuba atakulwe, kuqhuba uLennox.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.