Basola idliso lotshwala kumdlali we-PSL

2016-05-03 16:01

Durban – Ziyakhula izinsolo ezithi uMasibusane “Zizou” Zongo wathola idliso lotshwala, okuyinto esiholele ekutheni agcine ekhonjwa indlela kuPlatinum Stars.

IStars yaxosha uZongo ngemuva kokuphela kwesikhathi eside engalubhadi ejimini, kanti abazithamundayo bathi wayezicima ngamanzi amponjwana, kubika iLANGA.

Kuzokhumbuleka ukuthi lo mdlali wenzelwa umusa yileli qembu ngemuva kokudonsa kanzima engawutholi umsebenzi.

Umqeqeshi uCavin Johnson wakhuluma emasontweni amabili edlule wathi lo mdlali usemumi emphinjeni ngoba usemvikele kwaze kweqa.

OLUNYE UDABA: Umqeqeshi uthi usekhathele yimikhuba kaZongo

“Yebo, usephindele ezintweni ezingezinhle abezenza ngaphambi kokuthi simnikeze ithuba. Usephinde wanyamalala, ngikhathele ukunabukelisa umuntu omdala,” esho.

Umdlali weStars ongathandanga negama lakhe uthe yena nozakwabo bayasola ukuthi uZongo wadliswa ukuze ezothanda utshwala.

“Bakhona abadlali abaphuzayo engibaziyo, kepha ngiyamqala odakwa njengoZongo. Kumele engabe kade akhonjwa indlela ngoba sekukaningi enza amaphutha.

“Ngisho nalapho ehlala khona waziwa ngomsindo awubangayo uma esephuzile ngoba kuthiwa ucula esangena esangweni kuphazamiseke omakhelwane. Akanalo nocingo, ngakho kunzima ukumthola uma umfuna,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.