Abasolwa bahlulekile ukuthatha imali sebeyibambile imoto ye-G4S

2017-11-17 18:00

Mpumalanga – Onogaqa ababili balimale kabi kubheda uhlelo ngesikhathi izigebengu zizama ukubamba imoto yemali ku-N4 phakathi kweNaspoti neMatsulu eMpumalanga ngoLwesihlanu ekuseni.

“Abazange badutshulwe, kodwa balimale ngesikhathi beshaywa ngezibhamu,” kusho uSergeant Gerald Sedibe etshela abeNews24.

Onogada ababili balashelwe edaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Zisale enkundleni izigebengu ku-M13 ePinetown

USedibe uthi abasolwa abalinganiselwa kwabalishumi bebehamba ngesimoto ezintathu ngesikhathi bevulela ngenhlamvu emotweni ye-G4S yaze yama.

“Abasolwa bebehamba ngamaveni eToyota neSuzu kanye neJeep Cherokee. Bahlulekile ukuthatha imali,” kusho yena.

Uthi akukacaci kahle kuthi bahlulwe yini ukuthatha imali, kodwa babaleke belambatha.

Akukaboshwa muntu ngalokhu futhi amaphoyisa acela umphakathi ulekelele ngolwazi olungabaholela kulezi zigebengu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.