Bathandazela ukuthi uZuma aphunyuke evotini lokungamethembi

2017-08-07 15:37

Durban - Yiqulu labantu abazibiza ngabamabandla ahlangene (Interfaith) abahlangene eCity Hall eThekwini namuhla.

Bathi bathandazela ukuthi uMengameli Jacob Zuma aphunyuke evotini lokungamethembi uma sekuvotwa kusasa (ngoLwesibili) ePhalamende.

Kulindeleke ukuthi uSomlomo uNkk Baleka Mbethe acacise namuhla ukuthi kuzovotwa ngokuvulelekile na noma ivoti lomuntu lizoba yimfihlo.

OLUNYE UDABA:USekela Ngqongqoshe ‘uzisola kakhulu’ ngezinsolo zokushaya owesifazane

EKapa, uSomlomo wePhalamende uBaleka Mbete usefikile ePhalamende lapho ebize khona isithangami sabezindaba.

UMbete uzoveza ukuthi kuzovotwa kanjani ngoLwesibili lapho kuzobanjwa ivoti lokungamethembi uMengameli wezwe. 

UMbete akafiknga yedwa kulesi sithangami sebezindaba kodwa uphelezelwa yiSekela lakhe kanye nezikhulu zePhalamende.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.