Bathi ngeke bavote abangaqashiwe ngokugcwele - Umbiko

2016-07-12 20:30

EKurhuleni - Bangaphezu kuka-200 abasebenzi abathi ngeke bavote uma bengaqashwa ngokugcwele, kubika iDailysun.

Laba basebenzi abasebenza ngaphansi kohlelo iLungile Mtshaali Community Development Project eKurhuleni abatelekanga kuMasipala wabo kodwa bathathele eLuthuli House.

OLUNYE UDABA:Ziyaqhubeka izingxoxo zesiteleka sasePosini

Izinkontileka zabo zaqala ngonyaka odlule kanti kulindeleke ukuba ziphele ngenyanga kaNcwaba.

UZakhele Maseko, 59, ongomunye wabasebenzi uthi bathenjiswa ukuthi bazoqashwa ngokuphelele kodwa namanje abakazitholi izinkontileka eziqinisekisa lokho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.